Islilo sothando (IBhokisi) story part 24 by : magolide
😭ISlilo soThando😭
⚰[IBhokisi]⚰
P24
Kusebusuku lapho kuhlala khona oZamani,Mxo kanye nalamantombazane adiyisayo lapho oMxolisi bahlangene negebengu zabo bahlome bazingofolo sebelungele ukohlasela oMzethi
Mxo>Zamani mft ngicabanga ukuthi kuzomele sambeni syoqeda ngalendoda
Zamani>ya ngicabanga ukuthi iskhathi manje sizongena ekhumbini madoda nabanye(esho igebengu zabo)abanye bazohamba ngalemonto encane no Mxolisi
Mxo>asambeni madoda akahanjwe inkulumo azipheli
[besho bephume bewashiye endlini amantombazane befike bengene ekhumbini oZamane oMxo bengene emontweni encane zibe zisuka ihambe phambili imonto encane ikhumbi ilandele ngemumva lapho kuhlonywe ngampela ishosholoze ikhumbi ibheke ka Ngidi emzini ka Mzethi]
KaNgidi
uMzethi uzihlalele no Ayanda bobabili esho esukume uMzethi eseyolala
Ayanda>usuyolalani bhuda Mzethi?
Mzethi>ya kuyazekeka manje ntwana
[kuvele kukhale ifoni kaMzethi eyiphendule ngokushesha]
Mzethi>aibo kwafona uNxeba ebusuku ufunani manje...Hello Nxebalendoda
Nxeba>Mzethi kuzomele nihlangane ngokushesha nihlome kunefu elimnyama elizayo lapho
Mzethi>ukhuluma ngani
Nxeba>enza njoba ngisho(evale ifoni)
[emangale u Ayanda]
Ayanda>uthini uNxeba mft?
Mzethi>angazi thatha isbhamu sakho ngokushesha ngisafonela u Lungelo
[ethathe ifoni efonele u Lungelo]
Lungelo>Mzethi madoda kwenzenjani nasifonela ebusuku bafethu?
Mzethi>phatha isbhamu sakho bra wam ushaye imonto uphuthume la kwami
Lungelo>oryt oryt ngyeza manje
[esho evale ifoni uMzethi eqhamuke u Ayanda esephethe isbhamu sakhe]
Ayanda>uyamthola u Lungelo?
Mzethi>ya uyeza manje
Ayanda>oryt sengithinte no Magolide usendleleni manje
Mzethi>usebenzile asicime bonke ogesi abala endlini
[besho becime kube mnyama belindele impi le ekuthiwa iyeza bathe besalindile kwabe kufika uMagolide ehamba nomfowabo u Aphiwe behamba ngekhumbi yakubo bephethe nebhamu zabo nabo babe benokha]
Magolide>nqo Mzethi imina iMagolide
[washo wavula]
Mzethi>oh senifikile madoda ei kubi kunempi ezayo
Ayanda>sekushoda u Lungelo..hawu uphethe no Aphiwe indoda ekade sayigcina
[washo wangena no Aphiwe]
Mzethi>nangu efika no Lungelo asiphumeni sonke madoda siyobalinda ngaphandle komuzi
[washo wayipaka uLungelo imonto zonke zabe ziya ngaphandle komuzi]
(lapho oZamani baloko bezile nj abakazofika kwazise bona abasuki emakhaya basuka le etown)
Mzethi>madoda sivuthela kwasani olungena egcekeni ngenhlamvu asincengi
Aphiwe>obani vele laba abazohlasela la bafethu?
Mzethi>angibazi nam mft
To see the rest of the story, visit our telegram channel here
